- Amafu
Ndolala ngimbonile owakwami ndolala ngimbonile
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
- Before
(Before before)
(Before) Bewungeke ukhulume nami ngendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha hebe
(Before) Bewuhlala ungitshela njalo ukuthi uyagithanda
(Kodwa manje) He singiyayicelela hebe
(Kodwa Manje) Asitshelwa sengiyayicelela hebe
Ubobhasopa mama
Uzothi umuntu uyakuthanda
- Dali
Mina ungethul’ umthwalo
Nami ungethul’ umthwalo
Uthando lwami bengikunika lona bekungelakho wedwa
Emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
Bengith’ uyithemba lami
Ngoba ikusasa lami bengilibona kuwe
Bengithi sohlukaniswa yikufa nawe kanti lutho
Bengithi uzongivikel’etheni zami kanti ngobulawa nguwe
- Edokodweni
Baba ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
Babekhala oma
Bekhala emadokodweni
Baba ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
Babekhala obaba
Bekhala emadokodweni
Ng'wazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina (Emadokedweni)
Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
- Ek'seni
Ngivuk' ekseni
Ngivuk' ekseni
Sthandwa sami ngiphendule ungibambe ungangyeki
Lakho lonke lothando sthandwa angikutshontsheli
Kuyoze kuphume ilanga ekseni
Kuyoze kuphume ilanga ekseni
Awusthandwa sami ngiphendule ungibambe ungangyeki
Lwakho lonke lothando sthandwa angikutshontsheli
- Ikusasa
Ling'phatheleni iksasa lami
Zonke inhlelo zami
Lento yophelelaphi
Impendilo ngizotholaphi
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa aliziwa
Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
- Imigomo Nemibandelo
Mawufuna uthukuba ewu
Mawufuna ukuba sempilweni yami
Kukhona Imigomo nemibandela
Mawufuna uthukuba ewu
Mawufuna ukuba sempilweni yami
Kukhona Imigomo nemibandela
Tholani it is motivations
No conversations televesions
- Impilo
Sengaze kuf'umuntu
Sengaze kuf'umuntu
Ngenxa yothando
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumele iqhubeke
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile
- Inhliziyo
Ngisho ubaba nomama
Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena)
(Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Amehlo ami awaboni abanye
- Intombi
Auuw gege la gege ntombi za mgegele
Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya
Iyashelwa intombi we mfana
Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi isghebengu
Ngithi angiphuzi angibhemi
Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi sghebengu mina sisi
- Kulomhlaba
Kusangenzeka noma yin
Ngob'inkos' isasigcinile
Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo, man' ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
- Luhle Ngani
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
Luhle ngani uthando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani umzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphakathi lakho
- Madludlu
WeMadludlu weMadludlu
WeMadludlu maye ngiyaysola ngokuhlukana nawe
Ukube ngakuhlalisa skhulume kunokuthi ngiphume ngihambe
Kunzima langaphandle othandweni ziyabuya
Wawumgcono wena sthandwa sami ngiyakcela buya
WeMadludlu (Ngixolele)
WeMadludlu (Ngiyak'khumbula)
WeMadludlu (Ngixolele)
- Maduze
Distance distance
Don't mean a thing
Don't mean a thing yeah
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Maye ngiyay'zonda lezontaba mama
Ezingisithela ulavi wami
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
- Ngeke
Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)
Ngikthanda impela (Ngikthanda impela)
Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)
Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)
Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby)
Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)
Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)
- Peace
Peace be with you my friend (Peace be with you my friend)
Kube yintokozo ukuba nawe (Kube yintokozo)
Bekumnandi sindawonye
Sekubhlungu siyahlukana (Siyahlukana)
Peace be with you my friend (Peace be with you my friend)
Kube yintokozo ukuba nawe (Kube yintokozo)
Bekumnandi sindawonye
Sekubhlungu siyahlukana (Siyahlukana)
- Seven
Ngthi ekuseni ngoseven seni ngoseven
Sekukhale nequde ngithi awungavuki uyophanda
Ngthi ekuseni ngoseven seni ngoseven
Sekukhale nequde ngithi awungavuki uyophanda
Uthembeni na
Qagela ingubo mngani wami
Uhambe uyosebenza
Usebenzele ingane zakho nawe ukwazi ukwakha umuzi
- Siyolala
S'yolala
S'yolala
S'yolala siyolala
S'yolala mina nawe
S'yolala sthandwa sam
S'yolala hey
Hayi suka valelisa
Abangani sobabona
- Ugogo
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
- Umcebo
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Umcebo wemali endondeni engenalo uthando udala umona
Nenzondo
- Umoya
Umtanami uyagula, Akakhoni ukfunda
Mayefik' eskoleni uvel' avukwe umoya
Umtanami uyagula, Akakhoni uklala
Phakathi kwamabili uvele avukwe umoya
Uvele avukwe umoya
Uvel' avukwe umoya
Uvel' avukwe umoya
Uvel' avukwe umoya
- Uthando
Ngihambe kwaze kwashon' ilanga mama
Ngifunana nothando lwangempela
Engibatholayo badlala ngami badlala ngothando lwami
Ngisize ngisize kube mpendulo yami
Ngoba uthando lungehlule
Mhh uthando lungehlule mama yhehe
Ehe thando ngiyakubonga ngigez' izandla
Nhliziyo yam suyiphendule into yokudlala
- Valelise
Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise
Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni
Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise
Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami
Umfana ophi mangkhuluma nawe
Ngabe kusa nini ngibonane nane
Ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo
Mayenii manginephimbo lakho obomaye
- Winter Nights
Winter nights avemafishane akuvukeki
Manginawe nginawe ngingawe ngingawe
Winter nights avemafishane akuvukeki
Manginawe nginawe ngingawe ngingawe
Manginawe angfun lutho I missed you besengifile yinkumbulo
Ngoba manginawe nothing really matters in this life of sin
Eish akuphumek' engubeni
Ulele ubaby esfubeni